clan names 💛 clan history 💯

izithakazelo

Category: Izithakazelo Page 37 of 437

Umlando nezithakazelo zakwa Danisa

Umlando izithakazelo zakwa Danisa Clan & History
Danisa, Dlomo, Khulamini amanyama, Dlomo ekulebsuku, Mqonywase owaqonywa yiziNduna zathi ngithandu Danisa, Mafuzafulele njenge Jele !!
Imvelaphi yakwa Danisa
Badabuka eNgoje eMagameni, base behlela eSgubudu manje sebesabalele nomhlaba wonke.

Mcetywa clan names & HIstory

Mcetywa clan info

Gusha,
Shweme,
Limako,
Hlobo oluhle olungandanga lwand’ ebusuku,
Qaqangane,
Ndindane,
Bhamla!

Mlungwana clan

Gubanca

Admin notes: if you know more Mlungwana clan names, please add them in the comments below.

Izithakazelo zakwa Malwane

Malwane clan names & History

Nkundlande,
mathumane,
sbamba kanhlabathi,
jojwayo,
sdlodlo!

Tsekiso clan names & History

OBhungane, from the Klan lamahlubi, originating from Escort in KZN…

Izithakazelo zakwa Mchunu Clans & History

Mchunu,
UMacingwane,
Uyeyesa ka Phakade,
Wena wasengonyameni,
Ujama ka Silwane,
Nyand’yemkhonto,
Phakade Akagugi kyoze kuguge izingane zakhe,
Wena owakogida ngonyawo eziny intombi zigida ngomshayelo,
Ndabezitha!

Sikhonde Clan names & History

Sikhonde,
Mtimande,
Mambolunye,
Mageza ngobisi!

Matebele a Hlongwane clan praises

Amangwane | Mankwane | Ngwane

Matebele a Hlongwane, who also call themselves Mankwane/Amangwane originally come from the Ngwane nucleus,though some of us have been incorporated into new tribes and clans because of colonialism and tribal expansions, we still remember our roots as Amangwane. Our clan praise has some southern sesotho because we have intermarried with them for hundreds of years and we have even adopted sesotho as our mother tongue. In Lesotho, there is a village called Mankoaneng,which translates to The Land of The Ngwanes,which proves that we have not forgotten our roots despite changing our home language from isinguni to sesotho

Hlongwane! Ngwane!
Tebele ka thebe e telelele!
Matebele ke mahola-maya-hodimo eseng maya-fatshe!
Peo tsa Hlongwane tsa sehololo!
Hlongwane wamakhulukhulu!
Wena hlanga la kaNgwane!
Ngisho nina enibahle njengezihlabathi zolwandle!
Ngwane wasemandla! Masumpa oncwele!
Masenga Sileka!
Nduku zinobulongwe!
UZikhali ezingalingani nezamaxhengwana!
Ngisho nina baka Sangweni elingawelwa abafokozana liwelwa izinkonjane zasemaNgwaneni!
Sang’elibanzi elingavulwa abantokazana ngoba livalwe ngezihlangu zamadoda!
Aaa nina baka Matiwane!
Nina baka Matiwane abaqobosha ithole elintanga zimashumi!
Ligwalagwala lakithi elimadolo abomvu!
Elakha UBhungane wamaMbo lunyelele!
Mangwane kaMasumpa obamele nje bathakathi owaphambana nenkomo ozolumba!
Aaaa Hlongwane! Ngwane! Masumpa!

Rulumente clan names & History

Rulumente surname info:
Xesibe,
Mbathane, Matshaya,
Mnune, Nondzaba,
Matshin aybheke njengo mntwana,
into ezitshaya nge nqawe ezinde abanye betshaya ngezi mfitshane !

Yokwana clan praise & History

Yokwana,
Madiba,
Yemuyemu,
Velavamubetsele!

Page 37 of 437

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: