Izithakazelo zakwa Dlamini Mntungwa
Dlamini, Mntungwa, Mhayise, Lokothwayo, Omuhle UMntwanenkosi,
Ngokuthwala incema yo Msingizane Ngabe eyethusi ngabe iyadabuka,
Ithwalambiza njengoMsuthu Imbeka kudele abafazi namadoda.
Abaningi oDlamini Mntungwa ubathola ekuqaleni kwezintaba zoKhahlamba enhla kwentshonalanga yakwa Zulu-Natali baze bandulele eFree-State NaseMpumalanga. Amakhosi akwaMntungwa Dlamini akhosiza emabhunwini, ngenxa yobandlululo agcina esesebenza emapulazini amaBhunu. ngokuhamba kwesikhathi basuka baya emadolobheni afana noNewcastle, Standerton, Memel, Vrede nase Goli.
Lona ohambisa lolusiba isizukulwane sika Nkomiyahlaba, elandelwa uMahambayedwa, kuze
uMacalingana Kanye No Khimbili.
Benjamin
Im a dhlamini, u lokothwane umtungwa madlela elangeni ndlovu zidla ekaya umadlela elangeni ethunzini wagongobala shayani umuntu omemezayo waze wadinwa. Thats my clan name my four fathers from ntabazwe in KZN
Dumazile Dlamini
Mina ngingu Dlamini isithakazelo mangizwa bathi Dlamini mntungwa oluhlaza njengetshe lamanzi lokothwayo owakula umbhejazana ngomsengele ngoba umsingizane uyadabuka mbhedule umtungwa unkomo zidle khaya ngoba ziswela Belushi sibalikhulu.please correct me so I will do or say the right thing