Izithakazelo zakwaMlaba
Ximba,
Mabhoyi, Nodlela,
Mbewumbili, abanye bamhlophe abanye babomvana,
Nina enacaba isicaba ngokucazelana,
Msuthu!
>If you are a Mlaba, you must know this <<
Ximba,
Mabhoyi, Nodlela,
Mbewumbili, abanye bamhlophe abanye babomvana,
Nina enacaba isicaba ngokucazelana,
Msuthu!
>If you are a Mlaba, you must know this <<
Powered by WordPress & Theme by Anders Norén
Unknown
ubcwadi ikhehla lakwaXimba nalo elinendlu yalo so isizukulwane sakhe esisebenzisa uncwadi….
Unknown
okunye ngane zakwethuizithakazelo ziba ngabanikazi besibongo abasukr bedibene ngaleyondlu bese sichuma ngojuduma komuntu…bese kuba khona okusihlanganis sonke
Umabhoyi nje lana kwazulu sonke sibiza yena bese thina esakhele emahlabathini sisebenzisa umqundane…njengomnuntu esiwukhalo lakhe nazoke lezithakazelo ezingenhla zisukela ezigamekweni ezithile kuleyondlu yakwethu eyakhele ndawana thizeni Maximba
Unknown
anginalo ulwazinolugcwele bt njengoba sinesithakazelo esithi molaba ngikholwa ukuthi elisuthu bathi Molaba ngaphabkwaZulu kutjiwa Mlaba okusho kuth siyinto eyodwa njengam nje ngeke ngiganwe uMolaba ngoba udadewethu loyo edlozini
Unknown
Ngabe oMlaba no Molaba bane zithakazelo ezifanayo? Made ngifunana nesithakazelo sakwa Molaba
Unknown
Ngabe oMlaba no Molaba bane zithakazelo ezifanayo? Made ngifunana nesithakazelo sakwa Molaba
Unknown
Ximba, Moana, Mtungwa, Dashane, Luvuno lwabaliwayo, Nina bakwazithebe zinhlanu zingaba isithupha zeqile, Nina bakwa phini likhothwa ngababli lingakhothwa ngamunye isela, Nina Nadal isithebe sisinye ngokusicazelana, Nina basemangweni, Nina bakwaDikadi maMlaba, Ncwadi,
Unknown
sawubona ngicela ungichazela lezithakazelo mafulela ,mfene no thusini zingena kanjani kwezakwa mlaba