clan names 💛 clan history 💯

izithakazelo

Tag: Ndelu

Izithakazelo zakwa Shinga Clan Names Umlando

Ndelu,
Blose,
Madiba,
Phonsel’ obusuMajonjobela oThunga ligcwala lingethiwanga ligcwala ukuhlakanipha,
Bohlela,
Noncengwa wena owancengwa zintombi zathi cela usishade, blose
Chobile, wena owachob’ intwala zenkosazane,
Shinga, akshinganga Mina kwashinga isbongo !

Izithakazelo zakwa Shinga Clan Names

Shinga Clan Praises & History
Shinga,
Ndelu,
Blose,
Majojobela,
Maphosela kude abanye bephosela eduzane !

Izithakazelo zakwa Mjila Clan Names

Mjila,
Ndelu,
Detheka,
Nyawule,
Wena owalala nomunwe wavuka wakhomba,
Litulu !

Mananga clan names

Blose, Ndelu, Madiba, Chobile, Dodoyi, Mseleku, Shinga akushinganga mina kushinge is’bongo,Noncengwa wena owancengwa intombi zathi cela usishade Blose.

Akulahlwa mbeleko ngakufelwa

Akulahlwa mbeleko ngakufelwa

Incazelo: ukuthi wenzakalelwe yinto embi akusho ukuthi lahla ithemba.

Umsuka: imbeleko eyokubeletha umntwana, uma ngabe usufelwe abantwana akusho ukuth lahla leyo mbeleko ngoba usengabathola abanye abantwana

Izithakazelo zakwa-Blose

Izithakazelo zakwa-Blose

Ndelu,
Madiba,
Dimba, Duma,
Mseleku,
Phonsel ‘obusuMajonjobela oThunga ligcwala lingethiwanga ligcwala ukuhlakanipha,
Bohlela,
Noncengwa,
Wena owancengwa izintombi zathi,”sicela usishade Blose”,
Chobile,
Wena owachoba izintwala zenkosazana,
Shinga,
Akushinganga mina kwashinga isibongo!

Makhoba

  • Gwabini,
  • Hamashe,
  • Manzini,
  • Geda,
  • Ncwane nga Nkomo,
  • Sengwayo,
  • Zungu

Blose:

Khuluse

  • Hlongwa,
  • Gabhezi,
  • Gebhezi,
  • Mdindela

Dimba:

  • Dakada,
  • Fanisa,
  • Fenya,
  • Nkondlane,
  • Mnguni

Dlungwana

  • Nondaba,
  • Gagashe

Dlamlenze

  • Shamase,
  • Nzima

Nkomo

  • Yengwayo,
  • Malinga,
  • Ludonga,
  • Mavuso,
  • Mdladla,
  • Mcineka,
  • Gwazela,
  • Phangisa

Chamane:

  • Nzima,
  • Wosiyane,
  • Mashiza

Chule:

  • Nxele,
  • Msweli

Izibongo zakwa Blose Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwa Blose

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: