Sibande surname:

Sibande!
Goje!
Mdlanyoka!
Phangelakhulu!
Hlase ka Ngwane ka Thumbankomo, Nina bohlahla lomkhaya, lingavala livulwa ngamakhanda amadoda, Njengeloncama njengezitho zakhe, Khondlo lomnyama wakaLombiwako!