Nhlabathi
Malwane
Ngung’zomkhonto
Mantini walanga
Maphikendlelen njengenyama
Sgitsholo esingadliwa yindoda sidliwa abafazi
Mabhalakophe lonjenge Ngonyama
Oshumi lemigavu nomgav’owodwa
Umgav’uyashelela kshelela insimb’emadolweni.
Gebase !
Walanga
Mawandla.
Malwane
Nhlabathi!
Month: June 2019 Page 1 of 10
EMnetwa Ezulu EMahlambi Emadumakude,Wena owagida edwaleni kwaze kwaphuma amanzi,Elana lona lingathwele,Makhaphela ,Mathonsabanzi
Help with clans for Ntozakhe ( izithakazelo please kwaye nemvulaphi yakhona)
Nyathela: unyathela ngomkhonto abanye benyathela ngenyawo
Mvubelo
Mdukase
Nhlanga Zamasha ezamadala zabola, umgugudo wabonwa ilanga
Umqotho nesisekelo phezu kwe sisekelo yibululu
Libase: olibase umkhonto osanda kulolwa, wena wasegudu wena ogudunkomo
zindela: onkomonhle kwezenkosi, odladla, omphembe, nyazitha, ovezi, okweyama kamgabadeli owagabadel’ inkundla yakwabulawayo, othiyathiya wathiy’ amadoda, ontombi zenda ngonyezi ezabafokazana zenda ngomyama, ezikamanyonyo kasilwane umuntu wahlalwa yimpukane wabola ngelanga
Abehala ngesilulu, obonjeni!
Igama lami ngingu ayabonga isibongo uMchunu kodwa eskoleni ngibiza uzimema ngithanda ukwazi ukuthi obani ngempela abahlobene nama chunu
Izithakazelo zakwaMagwanyana oMajozi
Izithakazelo zakwamdluli
Xipanga
Mazibe
Ripanga
Rikhotso
Makitsula
Khoseni..ndadi
Xipanga ……Mazivhe