clan names πŸ’› clan history πŸ’―

izithakazelo

Ximba Clan Names

Ximba Clan Names :

Mlaba,
Mabhoyi, Nodlela,
Mbewumbili, abanye bamhlophe abanye babomvana,
Nina enacaba isicaba ngokucazelana,
Msuthu
Dumakude
Sambane phuma ehlathini kwenile kulele izingwe nezingonyama
Mthandi wabantu bengamthandi bethi bayamthanda kanti bayamkhohlisa
Njono wena waseMdlangweni
Luvuno wena owavuna abaliwayo!

Previous

Mtshali Clan

Next

Izithakazelo zakwaXimba Clan Names Umlando

1 Comment

  1. Thina sabakwa :Ximba

    Mlaba mntungwa mungomkhulu nina enadla isicaba nasicazelana nibahle ngoba nimbewu mbili khona abamnyamana nababomvana.sjula somkhonto

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: