Izithakazelo zakwa-Mamba
Ndlangamandla,
Nkosi,
Mphazima, Mntungwa,
Mawandla kaNdlela,
Nina baseMandlovini,
Mlotshwa, Siwela,
Mphazima kaLanga,
Nina bakwaLanga libomvu, elashis’amabel’ezikhuthali,
Mabuya sezembethe’ugogwane,
Mlotshw’akangakanani, ngoba nasentendeni yesandl’uyahlala,
Wena owaphath’induk’emnyama washay’amanzi, kwavel’udaka,
Nkonjane yenkosi,
Mpangazitha!
Unknown
I thought that mamba is named after a snake.Please help me to understand.
Unknown
Khona u Mamba oliSwati no Mamba Ishona
sifiso
cha mina angikwazi lokhu. abaka Mamba kofanele sikhumbule ukuthi bangamaSwazi. ngokunjalo ke nezithakazelo zabo zibhalwe ngalo ulimi lwawo.
mina engisaziyo sithi: Mamba, Ntfulini, nkhosi, mavunguvungu matfwala umlomo,mambalendze yasensokonsokweni, wena longavali ngemvalo uvala ngamakhanda amadoda, samketi sibovu imbov' emalangeni.
Unknown
UNtulini angimboni kulezithakazelo ekbeni uqala ngaye…Mamba, Ntulini…njll
Unknown
Mamba ntulini Mavunguvungu mathwalumlomo………