By Zakithi Ntenga
On
In Surname meaning & origin
Duma Mashiya Gqwabaza kaSomphezane Lwandle Mthombeni Ngawondi kaSomphezane Bhukuda kwesinegwenya maqende ingamudli !!! 🙌🙌🙌
By Admin
Abantu baka Siluma Bengama Nguni bengo SILUMA Shodo, Zawuzawu, Mcekwa, umashiywa ngokubonwa, owaShiyabantu njengenyanazane, Mthombeni, Duma lwandle, inkunzi kaBhejane, boNtshiza Osigwayi sikaMcuba, Hlangalezwe, Thabisa, Mseleku, Thole, Ntenga, Magagula !
By admin
In Izithakazelo
Ezakwa Mseleku
Magagula
Abakwa Magagula nabakwa Mthombeni abantu banye.
Uqedile ungethole
Lesi simo sokukhuluma sisebenza uma ngabe umuntu esekhulume yonke into okumele ikhulunywe.
Kusukela etholeni uma lincela, uma luluthole kahle ubisi ngisho usungeza uthi uzosenga ngeke usathola lutho lisuke seliqede lonke ubisi.
In Izithakazelo nomlando
Ntenga, Duma, Magagula, Lwandle kaluwelwa luwelwa zinkonjane kuphela zona ezindiza phezulu, Ngongolozi owaphekwa netshe, Kwavuthwa lona kuqala, Thabisa, Mvenya!
Duma, Lwandle, Ntenga, Mthombeni!
In Izibongo, Izithakazelo, Praisenames
Ntenga, Mthombeni, Lwandle kaluwelwa luwelwa zinkonjane kuphela zona ezindiza phezulu, Ngongolozi owaphekwa netshe, Kwavuthwa lona kuqala, Thabisa, Mvenya!
Page 1 of 2
Next
Powered by WordPress & Theme by Anders Norén