Tag: Ntombela Page 1 of 2
Mpofana Clan Names
Mpofana,
Zulu,
Ntombela,
Ngxanyana,
Toni,
Malandela owalandelwa intombi ithi ngizeke,
Hlahlalibobo,
Sthuli sikaNdaba,
Sthuli sikaNkombane,
Sthuli samakhosi,
Nina bakaMashikizela ashiye impi yakhe,
Nsingizi ebika izulu ukuduma,
Ningayithinti leyonyoni [endiza*] ezulwini, mhla nayi thina konyakaza itheku kunyakaze ulwandle,
Nina bakampondo zamila kabi ngoba zamila enjeni ukube zamila enkomeni sasothola amashungu kagwayi sibheme,
Ndabezitha,
INkosi kayiqedwa !!!
Admin notes: *this word needs confirmation
Ntombela clan names
Ntombela. Mahlobo, Mpangazitha, Manjanja, Faku, Lukhwazi, Sobahle, Mgamule, Malangabi, Nzobo, Shomela, Zulu!
Malandela wena owalandela izinkomo zamadoda, wena ongahlobi ngento yomunye ohloba ngento yakho. Dlukula Dledle adle ngembizende abafokazane bedla ngezimfishane. Sβshosho sika Phunga noMageba. Nina bakaHululu ngesisu savuk βumsende njengengubo. Wena sela lakomkhulβelagaqa ngamadolo aze aphucuka, Sithuli sikaNdaba !!!!!!!!!
Gxumisa
Bhovu
Nomali
Izithakazelo zakwa Ntanzi π Ntanzai clan
Ntanzi,
Msangula,
Ndabezitha,
Wena woshul’ ezidla emhlanjaneni kasojajase,
Ntombela,
Mahlobo,
Mpangazitha,
Sogatshase,
Malandela owalandela izinkomo zamadoda,
Dlukula,
Dledle
Izithakazelo zakwa Ntombela
Mpangazitha,
Mahlobo,
Ntanzi,
Msangula,
Gebhezi,
Zulu,
Lukhwazi,
Mageba,
Hlongwa,
Mahaye,
Nodangu,
Sokhela,
Nzuza,
Khawula,
Mshazi
Xaba
Shwabade, Nonkosi
Ntombela
- Mpangazitha,
- Mahlobo,
- Ntanzi,
- Msangula,
- Gebhezi,
- Zulu,
- Lukhwazi,
- Mageba,
- Hlongwa,
- Mahaye,
- Nodangu,
- Sokhela,
- Nzuza,
- Khawula,
- Mshazi
Khuboni
Maseko, Simelane
Ndlovu
- Gatsheni,
- Boyabenyathi,
- Zingelwayo,
- Mpongo,
- Mthiyane,
- Mdubusi
Ntuli
- Mbhele,
- Mphemba,
- Nyathi,
- Godide,
- Ndlela ka Sompisi,
- Sothole,
- Gudukazi uyi Ncwayo,
- Khuboni,
- Guqa,
- Masalela,
- Mazimuzimu,
- Mgwabini,
- Langa
Jiyane-Lamola
Zinyane, Mthembu
Gambu
Memela, Msuthu, Nontuli
Mdletshe
- Ngomane,
- Msindazwe,
- Nzamela,
- Gwaza
General Standard–Royal Standard
1. Uhlanga
2. Muntu
3. Mnguni 1
4. Mithiyonke
5. Mnguni 2 ———-Mnguni
6. Nkosinkulu——–Nkosinkulu
7. Mdlani————–Mdlani
8. Gumede———–Luzumane
9. Nozimane———–Malandela
10. Malandela———Ntombela
11. Zulu—————–Zulu
12. Phunga———–Gumede
13. Mageba————-Phunga
14. (—–)————–Mageba
15. Ndaba
16. Jama
17. Senzangakhona
18. Sigujana, Shaka, Dingane
19. Mpande
20. Cetshwayo
21. Dinuzulu
22. Solomon Maphumzana
23. Cyprian Bhekuzulu
24. HM Goodwill Zwelithini