clan names 💛 clan history 💯

izithakazelo

Tag: Maziya

Mahlalela clan praises, Mahlalela Meaning

Maziya,
Mhambela owahambela izizwe zakhanya,
Mcanco,
Mahlalela indlovu izala, maphuza afulele njengendlu yengonyama !

Maziya clan

Mcanco
Wena weLangeni !
Wena weluhlanga lwakaNgwane !
Wena lowacedza Lubombo Ngekuhlehletela,
Waphuma phasi eLubonjeni weta uvivile lizinyane lengongoni umbetse emashoba engongoni unjengelifu lemvula !
Jozane,
Mthimkhulu waselangeni !

Maziya Clan Names

Maziya
Mcanco
wena weLangeni
wacedzaLubombo
ngekuhlehletela

Maziya Gembe Mcusi Njiki

Maziya gembe kamkhabela,Mcusi wabona ngani ukuthi injiki ikhona?Wabona ngokudingana kwaManzi ukuthi iNjikibikhona.

Maziya Surname Origin, Maziya Meaning & Maziya Last Name History

Maziya: If you know any information about this surname, such as Maziya Meaning, Maziya Origin, Maziya History or Maziya Clan names, please add the info in the comments below or click this button + ADD CLAN NAMES

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

.

Please use the form below to add info for this or another surname/clan name:

Please complete the required fields.

Izithakazelo zakwa Sibeko Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwa-Sibeko

Maziya,
Gembe, Mkhabela,
Mcusi omhlophe izandla nezinyawo,
Wena wenjiki emnyama yasoHlelo,
Wabona ngani ukuthi injiki iwelile?
Wabona ngamanzi ukudungeka,
Wena wekunene wanginika ugaba,
Zaba mbili saphulelana

Maziya
Mcusi
Gembe
Mkhabela
Wena owakhabela amakhosi amaningi
Wena owadla isigungu wangayibikela inkosi
Wabikela uMshengu wakwaShabalala
Wathi izinyawo zenkosi zonakele!
Kanti zoniwe insinde yakwaLidakana
Wena wakwaMshoshoba imfe engadliwa zinyoni
Wena kaMaliwa owaliwa ngabezizwe
Mcusi omhlophe izandla nezinyawo
Wena wenjiki emnyama yasoHlelo
Wabona ngani ukuthi injiki iwelile?
Wabona ngamanzi ukudungeka
Wena weKunene wanginika ugaba
Zaba mbili sephulelana
Wena owawela iMpolonja kabili
Sibeko omuhle nezinyawo zakhe!

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: