clan names 💛 clan history 💯

izithakazelo

Tag: Simelane

Simelane clan praises & History

Simelane, Mpembe lakaLokothwayo, ndlebe zimchewane, ndlovu zidle ekhaya ngokuswela umelusi!

Izithakazelo nomlando Waka Magutshwa

Thina Uma sithakazela Magutshwa siyake sisebenzise lezithakazelo

Magutshwa,
Simelane,
Cobe,
Mgcagceni,
Mlatha,
Mth*ndo onethusi,
Sambula kakwezana kwavela ilanga,
Nqabeni !
Kuningi engingakubalula ngabantu bakaMagutshwa

Simelane Clan Origin | AbakwaSimelane

I Langa lesi Zulu langesonto lasithumelela uplands ukuthi sivela ku Hadebe Mthimkhulu u Ndlovu Lokothwayo Simelane Maseko u Lokothwayo uzalwa kundlu enkulu u maseko uvela kundlu encane u mlando ka Hadebe ozala lezizibongo utholakala ku Langa lesi Zulu news ngitholeleni ku Langa my contact information Thomas Simelane contact 072 315 5906 Email [email protected]

Izithakazelo zakwa Simelane Clan Names

Simelane
Ndlovu ezidl’ ekhaya ngokweswela abelusi
Zeluswa yintombazane uDemezane
Ezalusela enhla komuzi
LuBhebhedvu olimaletshana entsanyeni

Mpembe kalokothwayo
Ndlebe zimqhewana
Zaqhewulw’ amagundwane
Ndlebe zikhany’ ilanga
Magucuka nesilulu usuka etulu eNkhalaneni
Shingi njengesihlabatsi
Gqamu njengelilanga
Matala Nkhosi ase Swazini
Wena lowatala Somhlolo
Watala Sobhuza
Mnguni wasebuhleni

Wena lowabhala ngozipho
Esihlahleni saseHohobheni
Bafokazana babhala ngemapensela

Bozongo
Ntshingila
Mpembe
Wena wabo Yaka noMyeni !

Mnguni !!

Izibongo zakwa Maseko

Kayikho impunga yehlathi 😍 incazelo

Kayikho impunga yehlathi

kusho ukuth ngisho noma ungahlale uphumelela ezenzwen zakho ezimbi kodwa ngelinye ilanga uyotholakala

impunga umuntu osemdala

#ihlathi lana kukhulunywa ngezenzo ezimbi(zobumnyama), ukuth akekho umuntu ongenza izinto ezimbi aze abe mdala ngelinye ilanga uzoshintsha

Izithakazelo Zakwa Simelane Clan Names Umlando

Izithakazelo Zakwa Simelane

Simelane,
Magutshwa,
Mpembe kaLokothwayo,
Simelane kaNdlovu,
Ndletshana zimqewana,
Ndletshana zikhanya ilanga!!!

Xaba
Shwabade, Nonkosi

Ntombela

  • Mpangazitha,
  • Mahlobo,
  • Ntanzi,
  • Msangula,
  • Gebhezi,
  • Zulu,
  • Lukhwazi,
  • Mageba,
  • Hlongwa,
  • Mahaye,
  • Nodangu,
  • Sokhela,
  • Nzuza,
  • Khawula,
  • Mshazi

Khuboni
Maseko, Simelane

Ndlovu

  • Gatsheni,
  • Boyabenyathi,
  • Zingelwayo,
  • Mpongo,
  • Mthiyane,
  • Mdubusi

Ntuli

  • Mbhele,
  • Mphemba,
  • Nyathi,
  • Godide,
  • Ndlela ka Sompisi,
  • Sothole,
  • Gudukazi uyi Ncwayo,
  • Khuboni,
  • Guqa,
  • Masalela,
  • Mazimuzimu,
  • Mgwabini,
  • Langa

Jiyane-Lamola
Zinyane, Mthembu

Gambu
Memela, Msuthu, Nontuli

Mdletshe

  • Ngomane,
  • Msindazwe,
  • Nzamela,
  • Gwaza

Ntshangase:

  • Mgazi,
  • Biyela,
  • Menziwa

Mthiyane:

  • Ndaba,
  • Sokhulu,
  • Luvuno,
  • Zondo,
  • Mazwi,
  • Mzwili,
  • Nqoboka,
  • Skhangane,
  • Langa,
  • Ndlovu,
  • Dlemdlem,
  • Sokotshane,
  • Mhlungu,
  • Madela,
  • Lingode,
  • Sibhene,
  • Gobholubabayo,
  • Masingasilele,
  • Sokhulu

Zuma:

  • Nxamalala,
  • Msholozi,
  • Matomela,
  • Bophela,
  • Novela,
  • Mpisi,
  • Zitha,
  • Lugaju,
  • Chongochi,
  • Nyambisa,
  • Hlokohloko,
  • Maphumephethe

Zwane:

  • Mangethe,
  • Cebekhulu,
  • Mbengo,
  • Mbambo,
  • Mungwe,
  • Phikelela,
  • Nsela,
  • Ndabakansele,
  • Zikode,
  • Nsele,
  • Mafu,
  • Mthayi,
  • Mgabhi,
  • Mhlaba,
  • Mchwayo,
  • Ntshosho,
  • Cengesi,
  • Thinta

Maseko:

  • Ngcamane,
  • Sidwabasiluthuli,
  • Mdandulukwane,
  • Khubonye,
  • Ndlovu,
  • Maphanga,
  • Khabangobe,
  • Simelane

Msomi:

  • Meyiwa,
  • Mdayi,
  • Mlamula,
  • Bheshwana,
  • Maboza

Mlambo:

  • Mabhedla,
  • Sishango,
  • Mahwaqakazi,
  • Phisa,
  • Mandeku,
  • Mdineka,
  • Nhlabathi,
  • Manzi,
  • Nobamba,
  • Ntshikantshikana,
  • Makhokhoba

Mazibuko:

  • Mwelase,
  • Khondlo,
  • Nzima,
  • Phuthini,
  • Mgabhi,
  • Manzezulu,
  • Nkobeni,
  • Mzila,
    Mangwe,
  • Mpulo,
  • Siwela

Get yours! Price: R300 each ……Whatsapp me now, tap here ?? https://wa.me/message/Z7SY62F3M4F6N1

Abantu bakwa Ndwandwe baduma kakhulu ngesikhathi kubusa u Zwide eLangeni. Banobuhlobo obukhulu nabakwa Ngwane.
ULanga wazala uMavuso owazala u Ludonga yena wazala u Xaba owazala uLanga wesibili yena owazala uZwide.
UZwide yena wazala uNomhlanjana, Shemane, no Sikhonyana.
Khona kwa Ndwandwe kukhona no Manukuza owazala uNxumalo owazala uGasa, owazala uZikode, owazala uSoshangane owazala uMzila no Mawewe. UMzila yena wazala uNgungunyane.
Ake sibathakazele:
Zwide ka Langa
Ndwandwe, Mkhatshwa
Wena wase Gudunkomo
Wena wasezikhotheni
Ezingakhothi ngomlomo kodwa ezikhotha ngo mkhonto,
Mkhatshwa
Nkabanhle
Somaphunga
Masuku
Zwangendaba
Simelane…

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: