clan names πŸ’› clan history πŸ’―

izithakazelo

Zuma, Zwane, Mazibuko, Ntshangase

Ntshangase:

  • Mgazi,
  • Biyela,
  • Menziwa

Mthiyane:

  • Ndaba,
  • Sokhulu,
  • Luvuno,
  • Zondo,
  • Mazwi,
  • Mzwili,
  • Nqoboka,
  • Skhangane,
  • Langa,
  • Ndlovu,
  • Dlemdlem,
  • Sokotshane,
  • Mhlungu,
  • Madela,
  • Lingode,
  • Sibhene,
  • Gobholubabayo,
  • Masingasilele,
  • Sokhulu

Zuma:

  • Nxamalala,
  • Msholozi,
  • Matomela,
  • Bophela,
  • Novela,
  • Mpisi,
  • Zitha,
  • Lugaju,
  • Chongochi,
  • Nyambisa,
  • Hlokohloko,
  • Maphumephethe

Zwane:

  • Mangethe,
  • Cebekhulu,
  • Mbengo,
  • Mbambo,
  • Mungwe,
  • Phikelela,
  • Nsela,
  • Ndabakansele,
  • Zikode,
  • Nsele,
  • Mafu,
  • Mthayi,
  • Mgabhi,
  • Mhlaba,
  • Mchwayo,
  • Ntshosho,
  • Cengesi,
  • Thinta

Maseko:

  • Ngcamane,
  • Sidwabasiluthuli,
  • Mdandulukwane,
  • Khubonye,
  • Ndlovu,
  • Maphanga,
  • Khabangobe,
  • Simelane

Msomi:

  • Meyiwa,
  • Mdayi,
  • Mlamula,
  • Bheshwana,
  • Maboza

Mlambo:

  • Mabhedla,
  • Sishango,
  • Mahwaqakazi,
  • Phisa,
  • Mandeku,
  • Mdineka,
  • Nhlabathi,
  • Manzi,
  • Nobamba,
  • Ntshikantshikana,
  • Makhokhoba

Mazibuko:

  • Mwelase,
  • Khondlo,
  • Nzima,
  • Phuthini,
  • Mgabhi,
  • Manzezulu,
  • Nkobeni,
  • Mzila,
    Mangwe,
  • Mpulo,
  • Siwela

Get yours! Price: R300 each ……Whatsapp me now, tap here ?? https://wa.me/message/Z7SY62F3M4F6N1

Previous

Njoko, Dlomo, Gamede, Sithole

Next

Ntombela, Ntuli, Mdletshe, Ndlovu

16 Comments

  1. Bongani

    Sacela ningisize ngezakwa Zondo ngisho elithakazelo

  2. Nonhlanhla Mpulo

    sanibonani mina bengisacela ningazise ngomlando wesibongo sakwaMpulo,ngowakhona bt angazi lutho ngomlando waso even nezithakazelo zakhona angizazi

  3. Nonkumbuzo Mafu

    Ngicela ningazise ngomlando or ngezthakazelo zaka Mafu?

  4. Sthembiso Mlambo

    Mina ngiwu Mdineka omkhulu ngiyathanda ukwaz ukuthi savelaphi isbongo sakithi abantu banokuth sasuka eswazini kodwa mina angikholwa ilokho

    • Maseko

      Uxole minty weNkosi uma ngiphambuka lezithakazelo zakwaMaseko ezilotsiwe ziyangiphamba mina.
      Aziphelele awusize ufune ekuyizo ungafaki into eyinhlakanhlaka
      Kusho ukuthi nalezi ezinye izibongo akuyizo noma ayiphelele.

  5. Sphesihle Ntshangase

    sacela kucaciselek ekuthini untshangase uhlangan kanjani noZulu, uMhlungu , uZuma angiqondi lapho

  6. lungelo

    Ninjani ngicela ningisiza ngomlando wakwaSimelane nezithakazwlo zakhona.imvelaphi yabo

  7. Ngaka Nhlapo

    Ngingajabula ukuzwa ngaba kwaNhlapo nezithakazelo zabo

    • Mwelase Ndabulane Nhlapo

      uSgegede Mbonani UNongombhili khaboNdaba uwadla umkadadewabo bathi akanyongo akanamhlehlo umhlehlo nguBhabhakazi umwelase owawela uThukela noMpofani uMwelase ungawali phansi ngezibuko owawela ngesinhlengela somfula Sgegede sakwaMveli kwaMavundla noMdlasomo umfitshana ungubo ziyanyathelwa ngani nizabade ziyanyathelwa kaboMveli akuvalwa ngemvalo kuvalwa ngamakhsnda amadoda wena wakaboNonhlanhla

  8. lambert Mazibuko

    Ngabe bakwa Khanye bayahlobana yini nabakwaMazibuko?

  9. vusi

    ngicela umehluko ku nxamalala no msholozi ngoba mina.angiwufaki umsholozi

    • Ndumiso Zuma

      Nxamalala awukho umehluko, umehluko ukhona phakathi kukaMsholozi noLugaju njengamadodana kaMatomela. Nami angiwufaki uMsholozi.

  10. Ngicela ningi funise izithakazelo zakwamaseko

  11. ngicela ningisize ngezakwa Ntimba Nhlayiyiso Mkhondo kawulandwa mfula kawuwelwa uwelwa ngezinkonjane ezinamaphiko nonkintinga wena owabhukuda emhlangeni msimango.ngicela uncedo lomlando waso nemvelaphi

  12. m zwane

    Uyazi kunzima ukukhuluma ngomlando wakithi kwazwane. Ngoba kukhulu ukudideka yilowo nalowo uisho akakuthandayo. Iqiniso ileli bantu bakithi sonke thina sizalwa ingonyama uMnguni. Owadabuka eGibhithe wakhiswa nesizwe sakhe umoya ongcwele wabele izwe lakwazulu namuhla. Wayenamadodana amaningi ambala nje awo, umalandele, umtungwa, ungwane nabanye abaningi bonke labantu bazala izizwe, esiyizo namuhla eg uMtungwa wazala o Mangethe, oMabaso, oSokhumalo, nabo bazala izizwe ezinezibongo zazo. Singabanguni ngoMnguni.

    • sawb0na phila nam ngyp.la.. Ng’cel ungsize ung’cobelel izthakazelo zakith kuyinkinga enkulu ungumfana kod ungazazi izthazel zakin kahle-hle ihlazo nje lelo..

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: